Izinqamuleli zekhibhodi

Isandiso se-Chrome

Isinqamuleli Umsebenzi
U-SHIFT Guqula ukuvula/ukuvala (isebenza kuphela ekuguqulweni kwamaletha nakuma-IME)
U-ALT + SHIFT Shintshela kokulandelayo (uma ngabe isandiso sivaliwe, sivule; uma ngabe ithuluzi lamanje lokufaka liyithuluzi lokugcina kuhlu, vala isandiso)
U-CONTROL + G Shintsha phakathi kwezindlela zokufaka ezimbili ezisetshenziswe kamuva (uma ingekho, vala isandiso)
Ama-IME wesi-Chinese kuphela:
U-SHIFT Shintsha phakathi kwemodi ye-English nesi-Chinese
U-SHIFT + SPACE Shintsha phakathi kwemodi yezinhlamvu ezinebhayithi eyodwa kanye nebhayithi ekabili
U-CTRL + SPACE Shintsha phakathi kwezinhlamvu zebhayithi eyodwa kanye nemodi yezimpimiselo zebhayithi elikabili

Isandiso se-Chrome OS

Yazi ukuthi izinqamuleli ezilandelayo aziqondananga kuphela namathuluzi wokufaka, kodwa nazo zonke izindlela zokufaka kusistimu yokusebenza.

Isinqamuleli Umsebenzi
U-ALT + SHIFT Shintshela kokulandelayo
U-CTRL + SPACE Shintsha phakathi kwezindlela zokufaka ezisetshenziswe kamuva