Ikhibhodi ebonakalayo
Ikhibhodi ebonakalayo, noma ikhibhodi "ekuskrini", ikuvumela ukuthi uthayiphe ngokuqondile kusikripthi solimi lwakho lwasendaweni ngendlela elula neqhubekayo, noma ngabe ukuphi noma ngabe usebenzisa yiphi ikhompyutha. Okunye ukusetshenziswa okuvamile kwamakhibhodi abonakalayo kufaka phakathi:
- Ivumela umuntu ukuthi athayiphe ngolimi lwakhe kumakhibhodi wakwamanye amazwe - afana nanoma uhambela phesheya noma uhlala kwelinye izwe,
- Inika amandla isipiliyoni esifinyeleleka kaningi sokuthayipha ngokuvumela ukuthayipha ekuchofozweni kwesikrini.
- Inikeza ngendlela esheshayo, elula yokushintsha phakathi kwamasethi wezinhlamvu ezihlukile kanye/noma amagama.
Ikhibhodi ebonakalayo imboza ngaphezulu kwamakhibhodi angu-100 kuzilimi eziningi kunezingu-70. Hlola le vidiyo yokufundisa ukuze ufunde ukuthi usebenzise kanjani ikhibhodi ebonakalayo. Phinda uyizame ku-intanethi.
Sebenzisa isipiliyoni esibonakalayo, isinyathelo sokuqala ukunika amandla amathuluzi wokufaka. Landela iziqondiso ukuze unike amandla amathuluzi wokufaka ku-Usesho, i-Gmail, i-Google Drayivu, i-Youtube, i-Translate, i-Chrome ne-Chrome OS.
Amakhibhodi abonakalayo amelelwa isithonjana sekhibhodi
. Chofoza isithonjana ukuguqula
ngokuvula/ukuvala i-IME yamanje noma chofoza umcibisholo oseduze kwayo ukuze ukhethe
elinye ithuluzi lokufaka. Uma ikhibhodi ebonakalayo yenziwe yasebenza, inkinobho iba
mpunga obumnyama
.
Sebenzisa ikhibhodi ebonakalayo ngokuthayipha kukhibhodi yakho kungathi yikhibhodi ebonakalayo, noma ngokuchofoza okhiye kukhibhodi ebonakalayo ngokuqondile ngesiliva lakho.
Ukuze wenze ibe yincane ikhibhodi ekusikrini, chofoza kumcibisholo ongaphezulu ngakwesokudla kukhibhodi ekuskrini.
Amathuluzi
wokufaka